umuthi wogazi

Umuthi wokuthandwa abantu uthakwa ngemithi yokwenza ugazi ukuze uthandeke, lomuthi ungachaza ukuthandwa amadoda or ukuthandwa emsebenzini or umuntu wokuba nogazi kubantu. umuthi wokuthandwa ungachaza umuthi wokuthandwa yindoda okunga isibambelelo. umuthi wokuthandeka emsebenzini ungazithola sewuyinduna noma ungenzile lutho uzithole sewunconywa kuthiwe uwenza kahle umsebenzi ube kade uwenza ngokujwayelekile nje okungahlukile na last year.

Umuthi wokuthandwa mnelisi.com

Ngaphambi kokuthi usebenzise umuthi wokuthandeka ngingathi kuhle kuqala ubheke yini ekufaka isinyama eyenza ungathandeki? uma ungenayo impendulo akunankinga kodwa qala ukhiphe isichitho, isinyama, amashwa, amabhadi. Bese uza ngomuthi omuhle ngaphezulu sewuthandeka, ukuvele ufake umuthi wokuthandeka kanti ufakwe isichitho kungenzeka ungakusebenzeli umuthi. Umuthi wokuthandeka uyasusa iziphazamiso ezenza ungathandeki kodwa awakhelwe ukususa isichitho as an example.

Umuthi wokuthandwa odayisayo? sizokwenzela umuthi wokuthandwa ohlanganisa urosilina phakathi bonke abantu bazokuthanda bajike nawe.


Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp